Kodwa izinceku zakho zizawela, bonke abahlomele impi, phambi kweNkosi ukuyakulwa, njengokutsho kwenkosi yami.
UNumeri 32:28 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMose wayala ngabo kumpristi u-Eleyazare noJoshuwa indodana kaNuni nezinhloko zezindlu zoyise zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose wayeseyala u-Eleyazare umpristi, noJoshuwa indodana kaNuni, nezinhloko zezindlu zawoyise bezizwe zabantwana bakwa-Israyeli ngabo. IsiZulu 2020 UMose wayeseyala ngabo u-Eleyazare, umphristi noJoshuwa, indodana kaNuni, nabaholi bezindlu zawoyise bezizwana zabantu bakwa-Israyeli. |
Kodwa izinceku zakho zizawela, bonke abahlomele impi, phambi kweNkosi ukuyakulwa, njengokutsho kwenkosi yami.
UMozisi wasesithi kubo: Uba abantwana bakoGadi labantwana bakoRubeni bechapha iJordani lani, bonke abahlomela ukulwa bazanqotshwa phambi kwe Nkosi lelizwe phambi kwenu; khona-ke kumelwe nibanike izwe lakwaGileyadi njengefa.
Khumbulani izwi uMose inceku kaJehova aniyala ngalo ngokuthi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uniphumzile, waninika leli zwe.