Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 32:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kodwa izinceku zakho zizawela, bonke abahlomele impi, phambi kweNkosi ukuyakulwa, njengokutsho kwenkosi yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 kepha izinceku zakho ziyakuwela, kube yilowo nalowo ohlomele ukulwa, phambi kukaJehova, ziphume impi, njengalokhu isho inkosi yami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

27 kodwa izinceku zakho ziyowela, zihlomele ukulwa phambi kukaSimakade, ziyophuma zilwe, njengalokhu isho inkosi yami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 32:27
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaMose, omunye wezinsizwa zakhe, waphendula wathi: “Nkosi yami, Mose, banqabele.”


U-Aroni wayesethi kuMose: “Awu, nkosi yami, isono asikho phezu kwethu esenzé ngobuwula ngaso futhi esone ngaso.


Kepha thina siyakuphuma sihlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli size sibafikise endaweni yabo; nabantwana bethu abancane bayohlala emizini enezivikelo eziqinile ngenxa yabakhileyo ezweni.


UMose wayala ngabo kumpristi u-Eleyazare noJoshuwa indodana kaNuni nezinhloko zezindlu zoyise zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli.


Bathi: “INkosi yayala inkosi yami ukuba inike abantwana bakwa-Israyeli izwe libe yifa ngenkatho; futhi inkosi yami yayiyaliwe nguJehova ukuba ifa lomfowethu uSelofehadi linike amadodakazi akhe.


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase badabula behlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uMose wakhuluma kubo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka