Uma isikhulu sona, senza ngokungazi ngokuphambene nanoma yimuphi wemiyalo kaJehova uNkulunkulu waso ngokungafanele ukwenziwa, sibe necala;
UNumeri 32:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni bafika bakhuluma kuMose naku-Eleyazare umpristi nakubaholi benhlangano bathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni beza bakhuluma kuMose, naku-Eleyazare umpristi, nakuzo izikhulu zenhlangano, bathi: IsiZulu 2020 beza bakhuluma noMose, no-Eleyazare umphristi, nezikhulu zenhlangano, bathi: |
Uma isikhulu sona, senza ngokungazi ngokuphambene nanoma yimuphi wemiyalo kaJehova uNkulunkulu waso ngokungafanele ukwenziwa, sibe necala;
Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi babenezinkomo eziningi kakhulu; lapho bebona izwe laseJazeri nezwe lakwaGileyadi, indawo leyo yayiyindawo yezinkomo;
i-Ataroti, neDiboni, neJazeri, neNimra, neHeshiboni, ne-Elale, neSebam, neNebo, neBeyoni;
Bese uhlukanisa leli zwe libe yifa lezizwe eziyisishiyagalolunye nengxenye yesizwe sakwaManase,
Abantwana bakwa-Israyeli bawanika amaLevi leyo mizi namadlelo ayo ngenkatho, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose.
Nihlalelani phakathi kwezibaya ukuze nizwe ukukhala komhlambi na? Ezigabeni zakwaRubeni kwakukhona ukuhlola okukhulu kwenhliziyo.