UNumeri 24:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa amaKheni azachithwa lize iAsiriya likuthumbe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nokho uKayini uyakuchithwa uze uthunjwe ngu-Ashuri.” IsiZulu 2020 kodwa uKhayini uzochithwa; kuze kube yileso sikhathi u-Ashuri azonithumba ngaso.” |
Naye uShemi, uyise wabo bonke abantwana bakwaHebhere, umfowabo kaJafete, izibulo, wazalelwa abantwana.
Base befika kuZerubabele nasezinhloko zawoyise, bathi kubo: “Masakhe kanye nani, ngokuba sifuna uNkulunkulu wenu njengani; siyamhlabela kusukela emihleni ka-Esarihadoni, inkosi yase-Asiriya, owasiletha lapha.
IAsiriya ngeke isikhulule; asiyikugibela amahhashi, nomsebenzi wezandla zethu asisayikusho ukuthi: Ningonkulunkulu bethu, ngokuba intandane ithola umusa kuwe.
Wasethatha umfanekiso wakhe, wathi: Maye, ngubani oyakuphila, uma uNkulunkulu ekwenza lokhu?