Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 10:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Naye uShemi, uyise wabo bonke abantwana bakwaHebhere, umfowabo kaJafete, izibulo, wazalelwa abantwana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 NoShemi uyise wabantwana bonke baka-Ebere, umnewabo omkhulu kaJafete, wazala abantwana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 uShemu naye wazalelwa amadodana, ungukhokho waso sonke isizukulwane sabakwa-Ebhere nomnewabo kaJafethi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 10:21
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lawa angamadodana kaHamu ngemindeni yawo nangezilimi zawo emazweni awo nasezizweni zawo.


Abantwana bakwaShemi: I-Elamu, ne-Ashuri, no-Arpakisadi, noLudi, no-Aramu.


UNowa ubeminyaka imakhulu mahlanu ezelwe; uNowa wazala oShem, noHamu, noJafete.


Amadodana kaShemi: I-Elamu, ne-Ashuri, no-Arpakisadi, noLudi, no-Aramu, no-Use, noHule, noGeteri, noMesheki.


Kodwa amaKheni azachithwa lize iAsiriya likuthumbe.


Imikhumbi iyakuvela ogwini lwaseKitimi, icindezele i-Asiriya, icindezele uHebhere, naye abhubhe kuze kube phakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka