UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wawanikela amaKhanani; bawaqalekisa nemizi yawo, waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iHorma.
UNumeri 22:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 UBalaki indodana kaSipori wakubona konke u-Israyeli akwenza kuma-Amori. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UBalaki indodana kaSipori wabona konke akwenzile u-Israyeli kuwo ama-Amori. IsiZulu 2020 UBhalaki, indodana kaZiphori, wakubona konke u-Israyeli ayekwenze kuma-Amori. |
UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wawanikela amaKhanani; bawaqalekisa nemizi yawo, waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iHorma.
UBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, wasukuma walwa no-Israyeli, wathumela wabiza uBileyamu indodana kaBeyori ukuba aniqalekise.
Manje wena ungcono yini kunoBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi? Wake walwa no-Israyeli, noma wake walwa nabo na?