AbAhluleli 11:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 Manje wena ungcono yini kunoBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi? Wake walwa no-Israyeli, noma wake walwa nabo na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Pho, ungcono yini kunoBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, na? Wake waphikisana no-Israyeli, wake walwa nabo na? Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 Pho wena ungcono yini kunenkosi uBhalaki, indodana kaZiphori wakwaMowabi, na? Wake wabanga yini nabakwa-Israyeli, noma waya empini nabo, na? Uka jalj uñjjattʼäta |