UNumeri 22:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 UMowabi wayesesaba kakhulu abantu, ngokuba babebaningi; uMowabi wakhathazeka ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UMowabi wayesesaba kakhulu abantu, ngokuba babebaningi; uMowabi waba nosizi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 AbakwaMowabi babesaba kakhulu abakwa-Israyeli, ngokuba babebaningi. UMowabi wangqangqazela luvalo ngenxa yabakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Ngokuba zatshelwa nokutshelwa ezincekwini zakho ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho wayala inceku yakhe uMose ukuba aninike izwe lonke, abhubhise bonke abakhileyo ezweni phambi kwenu, ngalokho sahlupheka kakhulu, sesaba kakhulu. Ukuphila kwethu ngenxa yenu, futhi senza le nto.