Isiprofetho ngoMowabi. Ngokuba ebusuku i-Ari lakwaMowabi liyachithwa, lithulisiwe; ngoba ebusuku iKiri lakwaMowabi liyachithwa, lithulisiwe;
UNumeri 21:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 nangasemfudlaneni wezifula ezehlela e-Ari, zisemngceleni wakwaMowabi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nomthambeka wezigodi othambeka ngasezweni le-Ari, oncike emkhawulweni wakwaMowabi.” IsiZulu 2020 nomthambeka wezigodi oholela e-Ari, oncike emngceleni wakwaMowabi.” |
Isiprofetho ngoMowabi. Ngokuba ebusuku i-Ari lakwaMowabi liyachithwa, lithulisiwe; ngoba ebusuku iKiri lakwaMowabi liyachithwa, lithulisiwe;
Kungakho kuthiwa egwalweni lwezimpi zeNkosi: Lokho eyakwenza eLwandle lweSihlefu lemithonjeni yeArinoni,
Ngokuba kuphume umlilo eHeshiboni, ilangabi emzini kaSihoni; laqeda i-Ari lakwaMowabi nezikhulu zasezindaweni zase-Arinoni.
njengalokho benza kimi abantwana bakwa-Esawu abahlala eSeyiri nabakwaMowabi abahlala e-Ari, ngize ngiwele iJordani, ngingene ezweni uJehova uNkulunkulu wethu azosinika lona.
UJehova wathi kimi: “Ningabakhathazi abakwaMowabi, ningalwi nabo empini, ngokuba angiyikuninika izwe labo libe yifa; ngoba iAri ngalinika abantwana bakaLothi njengelifa.