Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 21:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kungakho kuthiwa egwalweni lwezimpi zeNkosi: Lokho eyakwenza eLwandle lweSihlefu lemithonjeni yeArinoni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngalokho kuthiwa eNcwadini yeziMpi zikaJehova: “IVahebi laseSufa, nezigodi zase-Arinoni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Yingakho eNcwadini yeziMpi zikaSimakade kuthiwa: “IWahebi eseSufa, nezigodi ezise-Arinoni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 21:14
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

(Futhi wabayala ukuba bafundise abantwana bakwaJuda ukusebenzisa umnsalo; bheka, kulotshiwe encwadini kaJasheri.)


Ngokuba njengenyoni ezulazulayo elahliwe esidlekeni, ayakuba njalo amadodakazi akwaMowabi ngasemifuleni yase-Arinoni.


Basuka lapho bamisa inkamba ngaphesheya kwe-Arinoni elisehlane eliphuma emkhawulweni wama-Amori; ngokuba i-Arinoni ingumkhawulo wakwaMowabi, phakathi kukaMowabi nama-Amori.


nangasemfudlaneni wezifula ezehlela e-Ari, zisemngceleni wakwaMowabi.


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Sukumani, nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, ngiyakunikela uSihoni umAmori, inkosi yaseHeshiboni, nezwe lakhe esandleni senu; qala ukulidla futhi ulwe naye empini.


Ilanga lama, nenyanga yahlala, abantu baze baziphindiselela ezitheni zabo. Akulotshiwe yini encwadini kaJasheri na? Ilanga lema emkhathini wesibhakabhaka lingajahile ukutshona kwaze kwaba lusuku lonke.


USawule wathi kuDavide: “Bheka, indodakazi yami endala uMerabi ngiyakukunika yona ibe ngumkakho; vele ube nesibindi ngami, ulwe izimpi zikaJehova. Ngokuba uSawule wathi: “Isandla sami masingabi phezu kwakhe, kepha isandla samaFilisti masimelane naye.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka