Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 2:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

Khona-ke itende lokuhlangana kumelwe likhuphuke kanye nekamu lamaLevi phakathi kwekamu; njengalokhu bemisa, bayakukhuphuka kanjalo, kube yilowo nalowo endaweni yakhe njengebhanela lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Itende lokuhlangana liyakusuka kanye nekamu lamaLevi, liphakathi kwamakamu; njengalokhu bemisa, kanjalo bayakusuka, kube yilowo nalowo muntu endaweni yakhe, ngamabhanela* abo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ithende lokuhlangana nenkambu yabaLevi kuyakusuka kube phakathi kwezinye izinkambu. Bayakusuka njengalokho bebekanisile, yilelo nalelo qembu endaweni yalo, ngokwamaviyo alo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 2:17
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Itabernakele ladilizwa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka, alithwala itabernakele.


AmaKohati asuka, ayithwala indlu engcwele;


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi:


Ibhanela lekamu lika-Efrayimi liyakuba ngasohlangothini lwasentshonalanga ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwa-Efrayimi siyakuba ngu-Elisama indodana ka-Amihudi.


Abamisa phambi kwetabernakele ngasempumalanga phambi kwetende lokuhlangana ngasempumalanga, bayakuba ngoMose no-Aroni namadodana akhe abagcina inkonzo yendlu engcwele enkonzweni yabantwana bakwa-Israyeli; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


Konke kakwenziwe ngemfanelo langokulandelana.


Ngokuba noma ngingekho ngenyama, nokho nginani ngomoya, ngithokoza, ngibona ukuhleleka kwenu, nokuqina kokukholwa kwenu kuKristu.