UNumeri 3:38 - Contemporary Zulu Bible 202438 Abamisa phambi kwetabernakele ngasempumalanga phambi kwetende lokuhlangana ngasempumalanga, bayakuba ngoMose no-Aroni namadodana akhe abagcina inkonzo yendlu engcwele enkonzweni yabantwana bakwa-Israyeli; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE38 Labo abamisa phambi kwetabernakele* ngasempumalanga, ngaphambi kwetende lokuhlangana ngasekuphumeni kwelanga, bayakuba ngoMose no-Aroni namadodana akhe, begcina inkonzo yendlu engcwele, begcina imfanelo yabantwana bakwa-Israyeli; umfokazi osondelayo uyakubulawa. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202038 Ababekanise ngaphambi kwethabanakeli ngasempumalanga, phambi kwethende lokuhlangana lapho kuphuma khona ilanga, kwakunguMose, u-Aroni namadodana akhe. Umsebenzi wabo kwakungukwenza izinkonzo endaweni engcwele, bagcine umsebenzi wabantu bakwa-Israyeli; umfokazi oyosondela kubo uyobulawa. Uka jalj uñjjattʼäta |