Umkhuleko kaMose, umuntu kaNkulunkulu. Nkosi, wena uyisiphephelo sethu ezizukulwaneni ngezizukulwane.
UNumeri 13:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
Umkhuleko kaMose, umuntu kaNkulunkulu. Nkosi, wena uyisiphephelo sethu ezizukulwaneni ngezizukulwane.
Lawa angamagama amadoda ayakuhlukanisela izwe phakathi kwenu: u-Eleyazare umpristi noJoshuwa indodana kaNuni.
Kumelwe nithathe isikhulu esisodwa esizweni ngasinye ukuze nihlukaniselane izwe ngokwefa.
Lase lisondela kimi, kwaba yilowo nalowo, lathi: ‘Sizothuma amadoda phambi kwethu, azosihlolela izwe, asitshele ukuthi iyiphi indlela okufanele sihambe ngayo nokuthi iyiphi imizi esiyofika kuyo.
Lalunga-ke leli zwi kimi; ngathatha kini amadoda ayishumi nambili, yanye esizweni.
Ngokunjalo lapho uJehova enithuma nisuka eKadeshi-Barineya ukuthi: ‘Khuphukani nilidle izwe engininike lona; nahlubuka emyalezweni kaJehova uNkulunkulu wenu, anikholwanga nguye, anililalelanga izwi lakhe.
Ngangineminyaka engamashumi amane lapho uMose inceku kaJehova wangithuma ngisuka eKadeshi Barineya ukuhlola izwe; ngaphinda ngatshumayela kuye njengokusenhliziyweni yami.
UJoshuwa indodana kaNuni wathuma amadoda amabili eShithimi ukuba abe yizinhloli ngasese, wathi: “Hambani nibone izwe laseJeriko.” Base behamba, bafika endlini yesifebe, uRahabi, balala khona.