Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 13:1 - IsiZulu 2020

1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 13:1
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nkosi, Wena uyisiphephelo sethu izizukulwane ngezizukulwane.


Emveni kwalokho abantu basuka eHazerothi bakanisa ehlane iPharanu.


Owesizwana sakwa-Asheri: nguSethuru, indodana kaMikhayeli.


“Nanka amagama amadoda ayoklama izwe eliyifa lenu: u-Eleyazare, umphristi noJoshuwa, indodana kaNuni.


Niyothatha umholi ngamunye kuleso naleso sizwana ukuba abe izwe libe yifa lenu.


“Nonke ngothi lwenu nasondela kimi, nathi: ‘Masithume amadoda ahambe kuqala ayosihlolela izwe, ukuze abuye asitshele indlela esimele ukukhuphuka ngayo, nemizi esiyofika kuyo.’


“Lokho kwaba kuhle emehlweni ami, ngathatha kini amadoda ali-12, kwaba yindoda eyodwa kuleso naleso sizwana.


“Nalapho uSimakade enithuma, nisuka eKadeshi Bharineya, ethi: ‘Khuphukani, nilidle izwe engininike lona,’ nahlubuka ezwini likaSimakade uNkulunkulu wenu, anaze nakholwa nguye, analilalela izwi lakhe.


Ngangineminyaka engama-40 ngesikhathi uMose, inceku kaSimakade, engithuma eKadeshi Bharineya ukuba ngiyohlola izwe; ngambuyela nombiko oqotho.


UJoshuwa, indodana kaNuni, wayesethumela izinhloli ezimbili isinyenyela, zisuka eShithimu, wathi kuzo: “Hambani nisihlolele izwe, ikakhulu iJerikho.” Zahamba, zafike zangenisa endlini yesifebe esibizo laso nguRahabi, zalala khona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka