Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJoshuwa 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Mina nabo bonke abantu abanami siyakusondela emzini, uma bephuma ukulwa nathi njengakuqala, siyakubaleka phambi kwabo;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Mina nabantu bonke abanami siyakusondela emzini; kuyakuthi lapho bephuma ukusihlasela njengakuqala, sibaleke phambi kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Mina nabo bonke abantu abanami siyakusondela emzini; kuyothi lapho bephuma besihlasela, sicele empunzini njengakuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJoshuwa 8:5
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


Amadoda ase-Ayi abulala kubo abantu kungathi amashumi amathathu nesithupha, ngokuba abaxosha esuka phambi kwesango kwaze kwaba seSebarimi, ababulala ethambekeni; ngalokho izinhliziyo zabantu zaphela amandla, zaba njengamanzi.


(ngokuba bayakuphuma emva kwethu) size sibadonsele ngaphandle komuzi; ngoba bazakuthi: Babaleka phambi kwethu njengakuqala; ngakho-ke siyakubabalekela.