Bathi kubo: “Asinakukwenza lokho ukuba udadewethu simnike umuntu ongasokanga; ngoba kuyihlazo kithi.
UJoshuwa 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 INkosi yasisithi kuJoshuwa: Lamuhla ngilethulile kini ihlazo leGibhithe. Ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iGiligali kuze kube namuhla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wayesethi kuJoshuwa: “Namuhla ngilethulile kini ihlazo laseGibithe.” Ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iGiligali kuze kube namuhla. IsiZulu 2020 USimakade wathi kuJoshuwa: “Namuhla ngilisusile kini ihlazo laseGibhithe.” Yingakho leyo ndawo ibizwa ngokuthi yiGiligali, kuze kube namuhla. |
Bathi kubo: “Asinakukwenza lokho ukuba udadewethu simnike umuntu ongasokanga; ngoba kuyihlazo kithi.
Inkosi yasibuya, yafika eJordani; UJuda wafika eGiligali ukuyihlangabeza inkosi, ukuwelisa inkosi iJordani.
nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.
Bhekani, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakuhambela bonke abasokile nabangasokile;
Bafeba eGibithe; bafeba ebusheni babo; kwacindezelwa khona amabele abo, balimaza khona isifuba sobuntombi babo.
Futhi akashiyanga ubufebe bakhe abakhishwa eGibithe; ngoba ebusheni bakhe balala naye, baphula amabele obuntombi bakhe, bathululela ubufebe babo phezu kwakhe.
Noma ufeba, Israyeli, uJuda makangakhubeki; ningezi eGiligali, ningakhuphukeli eBeti Aveni, ningafungi: Kuphila kukaJehova!
Mkhipheni othukile ngaphandle kwekamu; bonke abamuzwayo mababeke izandla zabo ekhanda lakhe, futhi lonke ibandla limkhande ngamatshe.
Kepha ningalifuni iBethele, ningangeni eGiligali, ningaweli eBeri Sheba; ngoba iGiligali lizakuya ekuthunjweni, leBhetheli lizabhubha.
O bantu bami, khumbulani lokho uBalaki inkosi yakwaMowabi akucebisa ngakho, nalokho uBileyamu indodana kaBeyori amphendula ngakho kusukela eShithimi kuze kube eGiligali; ukuze nazi ukulunga kukaJehova.
Ngikuzwile ukuthukwa kukaMowabi nokuhlambalaza kwabantwana bakwa-Amoni, abahlambalaze ngakho abantu bami, baziphakamisa phezu kwemikhawulo yabo.
Mesabeni manje uJehova, nimkhonze ngobuqotho nangeqiniso; nisuse onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo phesheya koMfula naseGibithe; nikhonze uJehova.
Abantu basuka eJordani ngolweshumi lwenyanga yokuqala bamisa inkamba eGiligali emngceleni osempumalanga yeJeriko.
Kwathi sebeqedile ukusoka abantu bonke, bahlala ezindaweni zabo ekamu baze baphola.
UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.
UDavide wakhuluma kubantu ababemi ngakuye, wathi: “Kwenziwani kumuntu obulala lo mFilisti, asuse ihlazo lika-Israyeli na? Ngokuba ungubani lo mFilisti ongasokile ukuba edelele imiyalo kaNkulunkulu ophilayo na?
Inceku yakho ibulele kokubili ingonyama nebhere, futhi lo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, ngoba udelele amabutho kaNkulunkulu ophilayo.
Wayehamba iminyaka ngeminyaka eya eBhethele, naseGiligali, naseMispa, waqondisa u-Israyeli kuzo zonke lezo zindawo.