UZefaniya 2:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Ngikuzwile ukuthukwa kukaMowabi nokuhlambalaza kwabantwana bakwa-Amoni, abahlambalaze ngakho abantu bami, baziphakamisa phezu kwemikhawulo yabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Ngiyizwile inhlamba yakwaMowabi nezithuko zabantwana bakwa-Amoni abathuke ngazo abantu bami, bazikhulisela imikhawulo yabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 “Ngiyizwile inhlamba yabakwaMowabi, namazwi ayiziswana abakwa-Amoni abathuke ngawo abantu bami, bazandisele imingcele ezweni labo. Uka jalj uñjjattʼäta |