Okhulumela abangani bakhe izinto ezithophayo, amehlo abantwana bakhe ayafiphala.
UJobe 32:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba angikwazi ukubiza amagama athophayo; ukuze umenzi wami angisuse masinyane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba angikwazi ukuthopha; uma kunjalo, uMenzi wami angangisusa masinyane. IsiZulu 2020 ngokuba angikwazi ukuthopha; kungenjalo, uMenzi wami angangibhubhisa masinyane.” |
Okhulumela abangani bakhe izinto ezithophayo, amehlo abantwana bakhe ayafiphala.
Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.
Ingabe umuntu ofayo uyolunga ngaphezu kukaNkulunkulu? Umuntu angaba msulwa kunoMenzi wakhe na?
Ngokuba manje ngiyabancenga abantu noma uNkulunkulu na? noma ngifuna ukujabulisa abantu na? ngoba uma ngisathokozisa abantu, ngabe angisiyo inceku kaKristu.
Ngokuba asizange sibe namazwi athophayo, njengokuba nazi, noma sifihle ukuhaha; UNkulunkulu ungufakazi: