UJobe 22:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ububi bakho abubukhulu yini? nobubi benu bungapheli na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ububi bakho abubukhulu yini? Izono zakho azinakuphela. IsiZulu 2020 Ububi bakho abubukhulu yini na? Izono zakho azinakuphela. |
Futhi ukuze akubonise izimfihlo zokuhlakanipha, ukuthi kuphindwe kabili lokho okuyikho! Yazi-ke ukuthi uNkulunkulu ufuna okuncane kuwe kunalokho okufanele ukona kwakho.
Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.
Lwavutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarageli, umBushi, owesizwe sikaRamu; ulaka lwakhe lwamvuthela uJobe, ngokuba wayezilungisile kunoNkulunkulu.
Intukuthelo yakhe yavuthela abangane bakhe abathathu, ngokuba bengatholanga impendulo, kepha bamlahla uJobe.
Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile; ziningi kunezinwele zekhanda lami; ngalokho inhliziyo yami ingiphazamisile.