Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 40:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile; ziningi kunezinwele zekhanda lami; ngalokho inhliziyo yami ingiphazamisile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile, iziphambeko zami zingificile, angaze ngaba nakubona; ziningi kunezinwele zekhanda lami; inhliziyo yami ingishiyile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile, iziphambeko zami zingificile, angikwazi ukubona, ziningi ukwedlula izinwele ekhanda lami, inhliziyo yami isiphelelwe yithemba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 40:12
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesethi kubafowabo: “Imali yami isibuyisiwe; futhi bheka, isikhona ngisho ephaketheni lami;


Izinhlungu zokufa zangizungeza, nezinhlungu zaseHayidese zangibamba; Ngathola ukucindezeleka nokudabuka.


Ubani ongaqonda amaphutha akhe? Ngihlanze emaphutheni afihliweyo.


Ngokuba iziphambeko zami zedlule phezu kwekhanda lami; njengomthwalo osindayo ziyangisinda.


Ngakho ngizahlabelela indumiso yebizo lakho kuze kube nininini, ukuze ngigcwalise izithembiso zami zonke izinsuku.


Abangizondayo ngeze baningi kunezinwele zekhanda lami; labo ababefuna ukungibhubhisa, ngoba beyizitha zami, banamandla; ngase ngibuyisela lokho engingakuthathanga.


Inyama yami nenhliziyo yami kuyaphela, kepha uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Sonke sidukile njengezimvu; sajika yilowo nalowo indlela yakhe; uJehova wehlisela phezu kwakhe ububi bethu sonke.


Izinhliziyo zabantu ziphela amandla ngokwesaba nangokubheka izinto ezizayo emhlabeni, ngokuba amandla ezulu ayakuzanyazanyiswa.


Ngokuba asinaye umpristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu; kodwa walingwa kukho konke njengathi, kodwa engenasono.


Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka