Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 22:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ingabe uyokukhuza ngokwesaba ngenxa yakho? Uyakuya nawe ekwahlulelweni na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Kungokumesaba kwakho akusolayo, angene nawe ekwahlulelweni, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 “Ngabe ukusola ngenxa yokumesaba kwakho yini, aze angene nawe ekwehlulelweni na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 22:4
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyawavula amehlo akho ngomuntu onjalo, ungilethele ekwahlulelweni nawe?


O, ukuthi umuntu angamncengela umuntu kuNkulunkulu, njengalokhu umuntu ekhulumela umakhelwane wakhe!


Yesabani inkemba, ngoba ulaka luletha isijeziso senkemba, ukuze lazi ukuthi kukhona isahlulelo.


Kuyamthokozisa yini uSomandla ukuthi ulungile? Kuyinzuzo yini kuye ukuthi wenze izindlela zakho ziphelele?


Ngoba kayikuqamba amanga phezu komuntu; ukuze angene ekwahluleleni noNkulunkulu.


Ngilulwandle kumbe umkhomo yini, ukuthi ungiqaphe?


Uma ngikhuluma ngamandla, bheka, yena unamandla;


Ngokuba akasiye umuntu onjengami ukuba ngimphendule, sihlangane ndawonye ekwahlulelweni.


Ungangeni ekwahluleleni nenceku yakho, ngokuba phambi kwakho akukho muntu ophilayo oyakulungisiswa.


Lapho usola umuntu ngobubi, ubuhle bakhe buqedwa njengenundu; isibili wonke umuntu uyize. Sela.


Ngokukhuza kwakho, Nkulunkulu kaJakobe, kokubili inqola nehhashi kwehlelwa ubuthongo obunzima.


Ushiswe ngomlilo, unqunywe; bayabhubha ngenxa yokujeziswa kobuso Bakho.


Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa yonke imisebenzi ekwahlulelweni kanye nakho konke okufihliweyo, kungakhathaliseki ukuthi kuhle noma kubi.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka