Uma kukuhle enkosini, makulotshwe ukuba babhujiswe, futhi ngiyakunikela amathalenta ayizinkulungwane eziyishumi esiliva ezandleni zalabo abanandaba ukuze bawangenise engcebweni yenkosi.
UJobe 18:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba yena uphonswa enetheni yizinyawo zakhe, futhi uhamba ogibeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uyaphonswa yizinyawo zakhe enetheni, uhamba phezu kweveku. IsiZulu 2020 Ngokuba izinyawo zaso zibanjwe enethini, sihamba phezu komwowane. |
Uma kukuhle enkosini, makulotshwe ukuba babhujiswe, futhi ngiyakunikela amathalenta ayizinkulungwane eziyishumi esiliva ezandleni zalabo abanandaba ukuze bawangenise engcebweni yenkosi.
UHamani wamtshela uSeresi umkakhe nabo bonke abangane bakhe ngakho konke okumehleleyo. Izazi zakhe noSeresi umkakhe zathi kuye: “Uma uMoridegayi oqale ukuwa phambi kwakhe engowenzalo yabaJuda, awuyikumhlula, kepha uyakuwa nokuwa phambi kwakhe.
Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.
Inkosi u-Ahashiveroshi yasiphendula yathi ku-Esteri indlovukazi: “Ngubani lowo, futhi uphi lowo ozidlayo enhliziyweni yakhe ukwenza lokhu na?
Okuvunwa kwakhe abalambileyo bayakudla, bathathe nasethangeni lameva, nabaphangi badle okuhle kwabo.
Ukonakala makumfice engazelele; futhi makabambe kuphela lokho akufihlayo; akawele kuleyoncithakalo.
Abezizwe bacwila emgodini ababewenzile; enetheni bacasha, olwabo unyawo lwabanjwa.
Kuyakuthi obalekela umsindo wokwesaba awele emgodini; okhuphukayo ephuma emgodini uyakubanjwa ogibeni, ngokuba amafasitele phezulu avulekile, nezisekelo zomhlaba ziyazamazama.
Isho kanje iNkosi uJehova; Ngakho-ke ngizakwendlala phezu kwenu ngexuku lezizwe ezinengi; futhi bayonidonsa ngenetha lami.
Phezu kwalokho umelwe ukunobufakazi obuhle kwabangaphandle; funa awele esihlazweni nasogibeni lukaSathane.
Kepha abafuna ukuceba bayela ekulingweni, nasogibeni, nasezinkanukweni eziningi zobuwula ezilimazayo, ezishonisa abantu ekubhujisweni nasekubhujisweni.