Ngiyakukubusisa, ngandise inzalo yakho njengezinkanyezi zezulu nanjengetshebetshebe esisogwini lolwandle; nenzalo yakho iyodla ifa lesango lezitha zayo;
UGenesise 9:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, ngiyamisa isivumelwano sami nawe nenzalo yakho emva kwakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bhekani, mina ngiyamisa isivumelwano sami nani nenzalo yenu emva kwenu, IsiZulu 2020 “Bhekani, ngenza isivumelwano phakathi kwami nani, nezizukulwane zenu, |
Ngiyakukubusisa, ngandise inzalo yakho njengezinkanyezi zezulu nanjengetshebetshebe esisogwini lolwandle; nenzalo yakho iyodla ifa lesango lezitha zayo;
Kodwa ngizamisa isivumelwano sami lawe; uyakungena emkhunjini, wena namadodana akho nomkakho nabafazi bamadodana akho kanye nawe.
nazo zonke izidalwa eziphilayo ezikini, izinyoni, nezinkomo, nezilwane zonke zomhlaba ezikanye nani; kubo bonke abaphuma emkhunjini, kuzo zonke izilwane zomhlaba.
Ngiyakuqinisa isivumelwano sami nawe; futhi yonke inyama ayisayikunqunywa ngamanzi kazamcolo; futhi ngeke kusaba khona uzamcolo wokubhubhisa umhlaba.
UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engasimisa phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.
Usho kanje uJehova, uthi: “Uma nisephula isivumelwano sami semini nesivumelwano sami sobusuku, kungabikho imini nobusuku ngesikhathi sako;
Mayelana neNdodana yakhe uJesu Kristu iNkosi yethu, owavela enzalweni kaDavide ngokwenyama;