Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 9:9 - IsiZulu 2020

9 “Bhekani, ngenza isivumelwano phakathi kwami nani, nezizukulwane zenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Bhekani, mina ngiyamisa isivumelwano sami nani nenzalo yenu emva kwenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Bheka, ngiyamisa isivumelwano sami nawe nenzalo yakho emva kwakho;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 9:9
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngizokubusisa impela, ngiyokwenza izizukulwane zakho zibe ziningi njengezinkanyezi esibhakabhakeni, nanjengesihlabathi ogwini lolwandle. Izizukulwane zakho ziyakunqoba izitha zazo, zidle nemizi yazo,


Kepha ngizokwenza nawe isivumelwano, uzongena emkhunjini wena nomkakho namadodana akho nomkawo,


nakuzo zonke izilwane eziphilayo ezinani: izinyoni zezulu, izilwane ezifuywayo, nazo zonke izilwane eziphilayo emhlabeni enaphuma nazo emkhunjini.


Lesi yisivumelwano sami nani engithi ngaso: angisayukuphinde ngibhubhise yonke into ephilayo ngozamcolo. Akusayukuphinde kube khona uzamcolo ukuba ubhubhise umhlaba.”


UNkulunkulu wayesethi kuNowa: “Lokho kuluphawu lwesivumelwano sami engisenze phakathi kwami nabo bonke abantu emhlabeni.”


UNkulunkulu wathi kuNowa nakumadodana akhe ayenaye:


“Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma ningasephula isivumelwano sami nemini, nesivumelwano sami nobusuku, kungabe kusaba bikho mini nabusuku ngesikhathi sakho,


mayelana neNdodana yakhe evela olibeni lukaDavide ngokwenyama,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka