Niyakuvivinywa ngalokhu: Kuphila kukaFaro aniyikusuka lapha, uma umfowenu omncane engezi lapha.
UGenesise 44:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi wena ezincekwini zakho: ‘Mehliseleni kimi, ukuze ngimbone ngamehlo ami.’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Wawusuthi ezincekwini: ‘Mehliseni kimi ukuba ngimbone ngamehlo ami.’ IsiZulu 2020 “Wawusuthi ezincekwini zakho: ‘Mletheni kimi ukuze ngimbone.’ |
Niyakuvivinywa ngalokhu: Kuphila kukaFaro aniyikusuka lapha, uma umfowenu omncane engezi lapha.
Kodwa lilethe kimi umfowenu olicinathunjana; ngakho amazwi enu ayakuqiniswa, futhi aniyikufa. Benza kanjalo.
Waphakamisa amehlo akhe, wabona uBenjamini umfowabo, indodana kanina, wathi: “Lo ungumfowenu omncane enakhuluma ngaye kimi na?” Wathi: “UNkulunkulu makakuhawukele, ndodana yami!
Sathi enkosini yami: Indodana ayinakumshiya uyise, ngokuba uma imshiya uyise, uyise uyakufa;
Ngiyakubeka iso lami kubo kube kuhle, ngibabuyisele kuleli zwe; ngiyakubakha, ngingababhidli; ngiyakubatshala, ngingabasindi.
Manje bheka, namuhla ngiyakukhulula amaketanga asesandleni sakho. Uma kukuhle kuwe ukuhamba nami eBabele, woza; futhi ngizoninakekela kahle; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele, kuyeke; bheka, izwe lonke liphambi kwakho; nomaphi lapho kubonakala kukuhle futhi kukulungele ukuba uye khona, hamba khona.
Noma beya ekudingisweni phambi kwezitha zabo, ngiyakuyala inkemba kusukela lapho, ibabulale; ngiyakubhekisa amehlo ami kubo kube kubi, kungabi kuhle.