Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 23:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ku-Abrahama njengempahla phambi kwabantwana bakwaHeti, phambi kwabo bonke abangena ngesango lomuzi wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

kwaba yinzuzo ka-Abrahama emehlweni abantwana bakwaHeti phambi kwabo bonke abangena esangweni lomuzi wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Konke lokho kwadluliselwa ku-Abhrahama, kwaba yimpahla yakhe phambi kwamaHithi ayelapho esangweni lomuzi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 23:18
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UKhanani wazala uSidoni, izibulo lakhe, noHeti,


U-Efroni wahlala phakathi kwabantwana bakwaHeti; u-Efroni umHeti wamphendula u-Abrahama ezindlebeni zabantwana bakwaHeti kubo bonke abangena ngesango lomuzi wakhe, wathi:


Emva kwalokho u-Abrahama wammbela uSara umkakhe emhumeni wensimu yaseMakaphela phambi kweMamre; yiHebroni ezweni laseKhanani.


Amadodana akhe o-Isaka no-Ishmayeli bammbela emhumeni waseMakaphela ensimini ka-Efroni indodana kaSohari umHeti ephambi kweMamre;


UHamori noShekemi indodana yakhe bafika esangweni lomuzi wabo, bakhuluma kumadoda omuzi wabo, bathi:


Bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe balalela uHamori noShekemi indodana yakhe; bonke abesilisa basokwa, bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe.


Ngamnika uBaruki indodana kaNeriya indodana kaMahaseya ubufakazi bokuthengisa phambi kwamehlo kaHanameli indodana kababekazi naphambi kofakazi ababesayine incwadi yokuthengisa phambi kwabo. Wonke amaJuda ayehlezi enkantolo yetilongo.


UBhowazi wayesekhuphukela esangweni, wahlala khona; owathi kuye: O, onjalo! phambuka, uhlale lapha. Wasuka wahlala phansi.