Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 21:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

U-Abrahama wamsola u-Abimeleki ngomthombo izinceku zika-Abimeleki ezawuthatha ngenkani.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kepha u-Abrahama wamsola u-Abimeleki ngomthombo wamanzi ebeziwuqhwagile izinceku zika-Abimeleki.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

U-Abhrahama wayesekhononda ku-Abhimeleki ngomthombo wamanzi ayewephucwe yizinceku zakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 21:25
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.


U-Abhrahama wasesithi: Ngizafunga.


Wayesethi u-Abimeleki: “Angazi ukuthi ngubani owenze lokho;


Bathi: “Asinakukwazi, ingakabuthwa yonke imihlambi, baze bagingqe itshe lisuke emlonyeni womthombo; bese siphuzisa izimvu.


Ukukhuzwa kuyeza kumuntu ohlakaniphileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Xoxa indaba yakho nomuntu oseduze kakhulu; futhi ungatholi mfihlo komunye;


Ukusolwa obala kungcono kunothando oluyimfihlo.


Futhi uma umfowenu ona kuwe, hamba umsole ninodwa naye; uma ekuzwa, umzuzile umfowenu.


Wathi kuye: “Nginike isibusiso, ngokuba unginike izwe laseNingizimu; nginike nemithombo yamanzi. UKalebi wamnika imithombo yasenhla nemithombo yangezansi.