Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 1:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wathi kuye: “Nginike isibusiso, ngokuba unginike izwe laseNingizimu; nginike nemithombo yamanzi. UKalebi wamnika imithombo yasenhla nemithombo yangezansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wathi kuye: “Ngiphe isipho; lokhu unginike izwe laseningizimu ngiphe nemithombo yamanzi.” UKalebi wamupha imithombo yasenhla nemithombo yasenzansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Wathi kuye: “Ngicela ungiphe isipho, njengoba ungibeke ezweni eningizimu, ngiphe futhi nemithombo yamanzi.” UKhalebhu wamnika imithombo esenhla nesezansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 1:15
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Thathani isibusiso sami esilethwa kini; ngokuba uNkulunkulu ungenzele umusa, nangenxa yokuthi nginokuningi. Wamncenga, wakwamukela.


Ngakho-ke ngibone kudingekile ukuba ngikhuthaze abazalwane, ukuba bandulele ukuza kini, futhi balungise ngaphambili isipho senu enasiphawula ngaphambili, sona sibe silungisiwe, sibe njengesibusiso, kungabi njengesokuhaha.


Ngoba umhlabathi onatha izulu elifika kanengi phezu kwawo, uveze imifino ebasizayo abalinywa yibo, uyabusiswa nguNkulunkulu;


Wathi: “Ngiphe isibusiso; ngoba unginikile iNingizimu; nginike nemithombo yamanzi. Wamnika imithombo yasenhla nemithombo yaphansi.


ningaphindiseli okubi ngokubi, nokuthuka ngokuthuka, kodwa ngokuphambene nibusise; nazi ukuthi nabizelwa lokho, ukuze nidle ifa lesibusiso.


Esefikile kuye, yamncenga ukuthi acele kuyise isiqephu sezwe; uKalebi wathi kuye: “Ufunani na?


Abantwana bamaKheni, umukhwe kaMose, bakhuphuka kanye nabantwana bakwaJuda besuka emzini wesundu baya ehlane lakwaJuda elingaseningizimu kwase-Aradi; bahamba bahlala phakathi kwabantu.


Khona-ke u-Abigayili washesha wathatha izinkwa ezingamakhulu amabili namasaka amabili ewayini nezimvu ezinhlanu ezilungisiwe namaseya amahlanu kakolweni ogaziniwe nezigaxa eziyikhulu zezithelo zomvini ezomisiwe namaqebelengwane amakhiwane angamakhulu amabili wakubeka ezimbongolweni.


Manje-ke, lesi sibusiso inceku yakho esilethe enkosini yami, masinikwe nezinsizwa ezilandela inkosi yami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka