Amadodana kaJafete ngu uGomere, noMagogi, noMadayi, noYavan, noTubhali, noMeshegi, noTirasi.
UGenesise 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa: ngoShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa amadodana emva kukazamcolo. IsiZulu 2020 Nanku umlando wamadodana kaNowa: uShemu, uHamu, noJafethi; nawo azala awawo amadodana emva kukazamcolo. |
Amadodana kaJafete ngu uGomere, noMagogi, noMadayi, noYavan, noTubhali, noMeshegi, noTirasi.
Lona-ke umlando wamazulu nomhlaba ekudalweni kwakho nomuntu ensimini ngosuku uJehova uNkulunkulu akwenza ngalo.
Le yincwadi yezizukulwane zika-Adamu. Mhla uNkulunkulu edala umuntu, wamenza ngomfanekiso kaNkulunkulu;
UNowa ubeminyaka imakhulu mahlanu ezelwe; uNowa wazala oShem, noHamu, noJafete.
Lezi ziyizizukulwane zikaNowa: UNowa wayeyindoda elungile, engenasici esizukulwaneni sakhe; uNowa wahamba noNkulunkulu.
UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalani nande nigcwalise umhlaba.
Zonke izinsuku zikaNowa zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisihlanu, wayesefa.