UFaro wasesithi kuye: Suka kimi, uzinakekele, ungabe usabona ubuso bami; ngoba ngalolosuku uba libona ubuso bami lizakufa.
UEksodusi 19:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uzabeka imingcele nxazonke zabantu uthi: Ziqapheleni ukuthi aniyikukhuphuka intaba, ningathinti umkhawulo wayo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wena-ke wobamisela abantu umkhawulo nxazonke, uthi: ‘Xwayani ukuba ningakhuphukeli entabeni, ningathinti umkhawulo wayo. Lowo othinta intaba uyakubulawa impela; IsiZulu 2020 Uyakubamisela abantu umngcele nxazonke, uthi: ‘Qaphelani ningenyukeli entabeni, noma nithinte umngcele wayo. Noma ngubani othinta intaba uyakubulawa impela. |
UFaro wasesithi kuye: Suka kimi, uzinakekele, ungabe usabona ubuso bami; ngoba ngalolosuku uba libona ubuso bami lizakufa.
INkosi yasisithi kuMozisi: Yehla, ulaya abantu, hlezi bafohle baye eNkosini ukuze babone, kubhubhe abanengi kubo.
UMose wathi kuJehova: “Abantu abanakukhuphukela entabeni yaseSinayi, ngokuba wena wasiyala, wathi: ‘Yibekele imingcele intaba, uyingcwelise.
UMose yedwa uyakusondela kuJehova, kepha bona abayikusondela; futhi abantu abanakukhuphuka naye.
Ziqaphele, funa ungenzi isivumelwano nabakhileyo ezweni oya kulo, kungabi lugibe phakathi kwakho.
Makungabikho muntu akhuphuke nawe, futhi kungabonakali muntu kuyo yonke intaba; futhi izimvu nezinkomo zingadli phambi kwaleyo ntaba.
Yala abantu, uthi: Niyakudabula umkhawulo wabafowenu, abantwana bakwa-Esawu, abahlala eSeyiri; bayakunesaba; khona-ke zinakekeleni.
Kuphela ziqaphele, ulonde umphefumulo wakho, ukuze ungakhohlwa akubonayo amehlo akho, kungasuki enhliziyweni yakho zonke izinsuku zokuhamba kwakho; kodwa uzifundise amadodana akho lamadodana amadodana akho;
Ngokuba anizanga entabeni ethintwa, eshiswa umlilo, nobumnyama, nobumnyama, nesiphepho,
Nokho kuyakuba khona isikhala phakathi kwakho naye, okungaba izingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngesilinganiso; ningasondeli kuyo, ukuze nazi indlela eniyakuhamba ngayo;