Bazenza zaba muncu ukuphila kwabo ngobugqila obulukhuni, ngokunameka, nangokufaka izitini, nangayo yonke imisebenzi yasensimini; yonke inkonzo yabo ababekhonza kuyo yayilukhuni.
UEksodusi 1:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Inkosi yaseGibithe yakhuluma kubabelethisi bamaHeberu, igama lomunye lalinguShifra, igama lomunye lalinguPhuwa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inkosi yaseGibithe yakhuluma kubabelethisi bamaHeberukazi, igama lomunye wabo linguShifira, elomunye linguPhuwa, IsiZulu 2020 Inkosi yaseGibhithe yathi kubabelethisi bamaHebheru, okwakungoShifira noPhuwa: |
Bazenza zaba muncu ukuphila kwabo ngobugqila obulukhuni, ngokunameka, nangokufaka izitini, nangayo yonke imisebenzi yasensimini; yonke inkonzo yabo ababekhonza kuyo yayilukhuni.
Wasesithi: Uba ubelethisa amaHebherukazi, ubabona besesendle; uma kungumfana, nimbulale; kepha uma kuyindodakazi, iyakuphila.
Wathi kubo: “NgingumHeberu; ngiyamesaba uJehova uNkulunkulu wezulu, owenza ulwandle nomhlabathi owomileyo.
Kepha yawayisa ophahleni lwendlu, yawathukusa phezu kwezinhlanga zefilakisi ayezihlelile ophahleni.