UDuteronomi 5:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ungebi futhi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Ungebi. IsiZulu 2020 “ ‘Ungebi. |
Ngokuthuka, nokuqamba amanga, nokubulala, nokweba, nokuphinga, bayafohla, igazi lithinta igazi.
Ngoba lokhu ukuthi: Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungafi; uma kukhona omunye umyalo, kufinyelelwe kuleli zwi lokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Owebayo makangabe eseba, kodwa kunalokho makakhuthale, asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.