18 Ungaphingi.
18 “ ‘Ungaphingi.
UDavide wayesethuma izithunywa, wamthatha; wangena kuye, walala naye; ngoba wayesehlanjululwe ekungcoleni kwakhe, wabuyela endlini yakhe.
Ungaphingi.
Ngokuthuka, nokuqamba amanga, nokubulala, nokweba, nokuphinga, bayafohla, igazi lithinta igazi.
Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.
Wathi kuye: Yiphi? UJesu wathi: Ungabulali, ungaphingi, ungebi, ungafakazi amanga;
Uyayazi imilayo ethi: Ungafebi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungadlelezeli, yazisa uyihlo lonyoko.
Uyayazi imilayo ethi: Ungafebi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, yazisa uyihlo lonyoko.
Ngoba lokhu ukuthi: Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungafi; uma kukhona omunye umyalo, kufinyelelwe kuleli zwi lokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.