Zonke izindlela zomuntu zilungile emehlweni akhe, kepha uJehova uhlola izinhliziyo.
UDuteronomi 12:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Akumelwe nenze njengazo zonke izinto esizenzayo lapha namuhla, wonke umuntu olungile emehlweni akhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Aniyikwenza njengezinto zonke esizenzayo lapha namuhla, kube yilowo nalowo njengokulungile emehlweni akhe, IsiZulu 2020 “Aniyukuzenza zonke izinto esizenza lapha namuhla, njengoba yilowo nalowo enza akubona kulungile emehlweni akhe, |
Zonke izindlela zomuntu zilungile emehlweni akhe, kepha uJehova uhlola izinhliziyo.
Langilethela yini imihlatshelo lezipho enkangala iminyaka engamatshumi amane, lina ndlu kaIsrayeli?
Kuyakuba kini njengensephe, ukuze niyibone, nikhumbule yonke imiyalo yeNkosi, niyenze; futhi ungazifuneli eyakho inhliziyo namehlo akho owafeba ngemva kwawo.
UNkulunkulu wayesephenduka, wabanikela ukuba bakhonze ibandla lezulu; njengokulotshiweyo egwalweni lwabaprofethi ukuthi: Lina ndlu kaIsrayeli, lanikela kimi yini iminikelo lemihlatshelo okweminyaka engamatshumi amane enkangala?
Niyakudla lapho phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nijabule ngakho konke enibeka kukho isandla senu, nina nezindlu zenu uJehova uNkulunkulu wenu akubusisile kuzo.
UJoshuwa wayesethi kubantwana bakwa-Israyeli: “Wozani lapha nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu.
Bonke abantu abaphuma basokwa; kodwa bonke abantu ababezalelwe ehlane endleleni ekuphumeni kwabo eGibithe abazange babasoke.
Ngalezo zinsuku kwakungekho nkosi kwa-Israyeli, kodwa yilowo nalowo wenza okulungile emehlweni akhe.
Ngalezo zinsuku kwakungekho nkosi kwa-Israyeli; yilowo nalowo wenza okulungile emehlweni akhe.