UJoshuwa 5:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Bonke abantu abaphuma basokwa; kodwa bonke abantu ababezalelwe ehlane endleleni ekuphumeni kwabo eGibithe abazange babasoke. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngokuba bonke abantu abaphuma babesokiwe, kepha bonke abantu abazalwa ehlane ngasendleleni ekuphumeni kwabo eGibithe babengabasokanga. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Nakuba bonke ababephume eGibhithe babesokiwe, bonke abazalelwa endleleni kudatshulwa ehlane emveni kokuphuma eGibhithe, babengasokiwe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, aze abhubha onke amaqhawe aphuma eGibithe, ngokuba bengalilalelanga izwi likaJehova; uJehova afunga kubo ukuthi akayikuba nalutho. Sibabonise izwe uJehova alifungela okhokho babo ukusinika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi.