Ngalobo busuku uNkulunkulu wabonakala kuSolomoni, wathi kuye: “Cela lokho engizakukunika khona.”
NgokukaMarku 10:51 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula, wathi kuye: “Uthanda ukuba ngenzeni kuwe na? Impumputhe yathi kuye: Nkosi, ukuba ngibone. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu washo kuyo, wathi: “Ufuna ukuba ngikwenzeleni na?” Impumputhe yathi kuye: “Rabuni, ukuba ngibone.” IsiZulu 2020 UJesu wathi kuyo: “Ufuna ukuba ngikwenzeleni na?” Impumputhe yathi kuye: “Rabuni, ukuba ngibone.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula, wathi kuye: “Uthanda ukuba ngenzeni kuwe na? Impumputhe yathi kuye: Nkosi, ukuba ngibone. |
Ngalobo busuku uNkulunkulu wabonakala kuSolomoni, wathi kuye: “Cela lokho engizakukunika khona.”
Kepha nina maningabizwa ngokuthi Rabi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu; lani lonke lingabazalwane.
Ngakho maningafani nabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikusweleyo ningakaceli kuye.
UJesu wathi kuye: Mariya. Waphenduka, wathi kuye: Raboni; okungukuthi: Mfundisi.
Induna yenkulungwane yasibamba isandla salo, yahamba laye ngasese, yasibuza yathi: Kuyini ozangitshela khona?
Ningakhathazeki ngalutho; kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.