Hamba, udle isinkwa sakho ngentokozo, uphuze iwayini lakho ngenhliziyo ethokozayo; ngoba uNkulunkulu useyayemukela imisebenzi yakho.
Mathewu 9:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, baletha kuye umuntu ofe uhlangothi elele ohlakeni; uJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi; Ndodana, yimani isibindi; uthethelelwe izono zakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, baletha kuye umuntu ofe uhlangothi elele ohlakeni. UJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi: “Yima isibindi, ndodana; uthethelelwe izono zakho.” IsiZulu 2020 Base beletha kuye umuntu ofe uhlangothi, elele ohlakeni. UJesu ebona ukukholwa kwabo, wathi kofe uhlangothi: “Yima isibindi, ndodana, uthethelelwe izono zakho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Bheka, baletha kuye umuntu ofe uhlangothi elele ohlakeni; uJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi; Ndodana, yimani isibindi; uthethelelwe izono zakho. |
Hamba, udle isinkwa sakho ngentokozo, uphuze iwayini lakho ngenhliziyo ethokozayo; ngoba uNkulunkulu useyayemukela imisebenzi yakho.
Ngesula iziphambeko zakho njengefu, nezono zakho njengefu; buyela Kimi; ngoba ngikuhlengile.
Kodwa uJesu wakhuluma kubo masinyane, wathi: Manini isibindi; yimina; ningesabi.
Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.
Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi.
UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.
Kepha uJesu waphenduka wambona wathi: “Yima isibindi, ndodakazi; ukukholwa kwakho kukusindisile. Owesifazane wasinda kusukela kulelo hora.
Ngokuba yikuphi okulula, ukuthi: Uthethelelwe izono zakho; noma ukuthi: Vuka uhambe?
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inamandla emhlabeni okuthethelela izono,” wayesethi kofe uhlangothi: “Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.
Kwathi sekuhlwile, ilanga selishonile, baletha kuye bonke ababegula nababekhwelwe ngamademoni.
UJesu wema, wayala ukuba abizwe. Bayibiza impumputhe, bathi kuyo: “Yima isibindi; uyakubiza.
Wathi kuye: “Ndodakazi, ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba ngokuthula, uphile ekuhluphekeni kwakho.
Ngokuba bonke bambona, bakhathazeka. Washesha wakhuluma nabo, wathi kubo: “Yimani isibindi; ningesabi.
Lezizinto ngizikhulume kini ukuze libe lokuthula kimi. Ezweni niyakuba nosizi, kepha yimani isibindi; mina ngilinqobile izwe.
Khona uJesu wathi kubo: Bantwana, aninakho ukudla na? Bamphendula bathi: Hatshi.
Yona yamuzwa uPawuli ekhuluma, owayigqolozela, ebona ukuthi ulokholo lokusiliswa.
Kwaze kwathathwa amaduku nezigqoko emzimbeni wakhe kwabagulayo, izifo zasuka kubo, namademoni aphuma kubo.
Akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga futhi kuNkulunkulu ngeNkosi yethu uJesu Kristu, esesamukele ngayo ukubuyisana.
Yebo, omunye angase athi: Wena unokukholwa, mina nginemisebenzi; ngibonise ukukholwa kwakho ngaphandle kwemisebenzi yakho, nami ngizakukukhombisa ukukholwa kwami ngemisebenzi yami.