Uthanda ukulunga, uzonda ububi; ngalokho uNkulunkulu, uNkulunkulu wakho, ukugcobile ngamafutha enjabulo ngaphezu kwabangane bakho.
Mathewu 25:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ezihlakaniphileyo zaphatha amafutha ezitsheni kanye nezibani zazo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa ezihlakaniphileyo zaphatha amafutha ezitsheni kanye nezibani zazo. IsiZulu 2020 Kepha ezihlakaniphileyo zawaphatha amafutha ngezitsha nezibani zazo. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ezihlakaniphileyo zaphatha amafutha ezitsheni kanye nezibani zazo. |
Uthanda ukulunga, uzonda ububi; ngalokho uNkulunkulu, uNkulunkulu wakho, ukugcobile ngamafutha enjabulo ngaphezu kwabangane bakho.
Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.
Ngakho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala;
Ngokuba lowo uNkulunkulu amthumileyo ukhuluma amazwi kaNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu akamniki uMoya ngesilinganiso.
Kepha nina anisenyameni, kodwa nikuMoya, uma uMoya kaNkulunkulu ehlala kini. Kepha uma umuntu engenaye uMoya kaKristu, lowo kasiye owakhe.
Kepha ukugcotshwa enakwemukela kuye kuhlala kini, anidingi ukuba ubani anifundise, nihlale kuye.