Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 25:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Eziyiziwula zathatha izibani zazo, azaphatha amafutha kanye lazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba eziyiziwula zithatha izibani kaziwaphathanga amafutha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Ngokuba eziyiziwula zathatha izibani, kodwa aziwaphathanga amafutha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Eziyiziwula zathatha izibani zazo, azaphatha amafutha kanye lazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 25:3
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyabona ukuthi ukuthengisa kwakhe kuhle; isibani sakhe asicimi ebusuku.


Kepha bayangifuna imihla ngemihla, bajabulela ukwazi izindlela zami njengesizwe esenza ukulunga, esingashiyi ukwahlulela kukaNkulunkulu waso; izimiso zomthetho bazicela Kimi; bayakujabulela ukusondela kuNkulunkulu.


Lapho ebona inkemba iza phezu kwelizwe, avuthele icilongo, axwayise abantu;


Khona umbuso wezulu uyakufaniswa nezintombi eziyishumi ezathatha izibani zazo, zaphuma ukuyohlangabeza umyeni.


Ezinhlanu kuzo zazihlakaniphile, ezinhlanu ziyiziwula.


Kodwa ezihlakaniphileyo zaphatha amafutha ezitsheni kanye nezibani zazo.


benesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla ako bewaphika;


nibhekisise kungabikho osilela umusa kaNkulunkulu; funa kumile impande yokubaba inikhathaze, kungcoliswe abaningi ngayo;


Nakuyo ingelosi yebandla laseSardesi loba ukuthi: Nakhu akushoyo onawoMoya abayisikhombisa bakaNkulunkulu, nezinkanyezi eziyisikhombisa; Ngiyayazi imisebenzi yakho, ukuthi unegama lokuthi uyaphila, kanti ufile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka