Mathewu 22:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasesithi kuye: Mngane, ungene njani lapha ungelasembatho somtshado? Wathula wathula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE yathi kuye: ‘Mngane, ungene kanjani lapha ungayembethe ingubo yomshado na?’ Kepha wathula. IsiZulu 2020 Yathi kuye: ‘Mngani, ungene kanjani lapha ungayembethe ingubo yomshado na?’ Kepha akaphendulanga. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasesithi kuye: Mngane, ungene njani lapha ungelasembatho somtshado? Wathula wathula. |
Ungasho kanjani ukuthi: ‘Angingcoliswanga, angibalandelanga oBali? bheka indlela yakho esigodini, yazi okwenzileyo; wena uyinkana yenkazana enejubane, ehamba ngezindlela zayo;
Njengalokhu isela lijabha lapho lifunyanwa, kanjalo indlu yakwa-Israyeli inamahloni; bona, namakhosi abo, nezikhulu zabo, nabapristi babo, nabaprofethi babo,
UJesu wathi kuye: “Mngane, uze ngani na? Base besondela, babeka izandla kuJesu, bambamba.
Ngokuba ngithi kini: Uma ukulunga kwenu kungadluli okwababhali nokwabaFarisi, anisoze nangena embusweni wezulu.
Khathesi siyazi ukuthi konke okutshoyo umlayoukutsho kwabangaphansi komlayo, ukuze yonke imilomo ivinjwe, lokuthi umhlaba wonke ube lecala phambi kukaNkulunkulu.
Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.
Uzalinda inyawo zabangcwele bakhe, lababi bazathuliswa ebumnyameni; ngoba ngamandla kakho ozanqoba.