Mawufundiswe, Jerusalema, ukuze umphefumulo wami ungasuki kuwe; ukuze ngingakwenzi incithakalo, izwe elingahlalwa muntu.
Mathewu 21:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabashiya, waphuma emzini, waya eBethaniya; walala khona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebashiya, waphuma emzini, waya eBethaniya, walala khona. IsiZulu 2020 Wahamba, waphuma emzini, waya eBhethaniya, walala ubusuku lapho. Baasraak Zulu New Testament Bible Wabashiya, waphuma emzini, waya eBethaniya; walala khona. |
Mawufundiswe, Jerusalema, ukuze umphefumulo wami ungasuki kuwe; ukuze ngingakwenzi incithakalo, izwe elingahlalwa muntu.
Noma bekhulisa abantwana babo, nokho ngiyakubaphanga, kungabikho muntu; yebo, maye kubo futhi lapho ngisuka kubo!
Isizukulwane esibi nesiphingayo sifuna isibonakaliso; futhi kasiyikunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona umprofethi. Wabashiya, wahamba.
Sebesondele eJerusalema eBetfage naseBethaniya ngaseNtabeni Yeminqumo, wathuma ababili kubafundi bakhe,
UJesu wangena eJerusalema, ethempelini, waqalaza zonke izinto, sekuhlwile, waphuma waya eBethaniya nabayishumi nambili.
Kwathi eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko, ehlezi ekudleni, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabaste wamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu; wahlephula umfuma, wamthela ngawo ekhanda.
Yare ha ba ntse ba tsamaya, a kena motsaneng o mong, mme mosadi e mong ya bitswang Maretha a mo amohela tlung ya hae.
Kwasekusithi esesondele eBetfage leBethaniya entabeni ethiwa yiNtaba Yemihlwathi, wathuma ababili kubafundi bakhe.
Kwakukhona ogulayo othile, uLazaru waseBethaniya, umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta.