Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 11:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwakukhona ogulayo othile, uLazaru waseBethaniya, umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwakukhona othile ogulayo, uLazaru waseBethaniya umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Kwakukhona othile owayegula, onguLazaru waseBhethaniya, isigodi okwakuhlala kuso uMariya nodadewabo uMartha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwakukhona ogulayo othile, uLazaru waseBethaniya, umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:1
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi emva kwalezi zinto omunye wathi kuJosefa: Bheka, uyihlo uyagula; wathatha amadodana akhe amabili, oManase no-Efrayimi, kanye naye.


Wabashiya, waphuma emzini, waya eBethaniya; walala khona.


Sebesondele eJerusalema eBetfage naseBethaniya ngaseNtabeni Yeminqumo, wathuma ababili kubafundi bakhe,


Washo lokho, emva kwalokho wathi kubo: “Umngane wethu uLazaru ulele; kodwa ngiyahamba ukuze ngimvuse ebuthongweni.


IBethaniya laliseduze neJerusalema, kungaba amastadiyu ayishumi nanhlanu.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


Ngakho odadewabo bathumela kuye, besithi: Nkosi, khangela, omthandayo uyagula.


Ngakho isixuku esasinaye lapho ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.


Ngakho ixuku elikhulu labaJuda lakwazi ukuthi ulapho, laselisiza kungengenxa kaJesu kuphela, kodwa lokuthi libone loLazaro ayemvuse kwabafileyo.


Kwathi ngalezo zinsuku wagula, wafa; sebemgezile, bambeka ekamelweni eliphezulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka