Kwathi emva kwalezi zinto omunye wathi kuJosefa: Bheka, uyihlo uyagula; wathatha amadodana akhe amabili, oManase no-Efrayimi, kanye naye.
Mathewu 19:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwase kulethwa kuye abantwana abancane ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; abafundi babakhuza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona kwalethwa kuye abantwanyana ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; kepha abafundi babakhuza. IsiZulu 2020 Kwase kulethwa kuye abantwana ukuze abeke izandla phezu kwabo, abakhulekele, kodwa abafundi babakhuza. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwase kulethwa kuye abantwana abancane ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; abafundi babakhuza. |
Kwathi emva kwalezi zinto omunye wathi kuJosefa: Bheka, uyihlo uyagula; wathatha amadodana akhe amabili, oManase no-Efrayimi, kanye naye.
Ngizabanika inhliziyo eyodwa lendlelanye, ukuze bangesabe kuze kube nininini, kube yinzuzo yabo leyabantwana babo emva kwabo.
Ngokuba kukhona abathenwa, abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa, abathenwa ngabantu; Lowo okwaziyo ukuwemukela, makawemukele.
Isixuku sabakhuza ukuba bathule; kepha bamemeza kakhulu, bathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!
Ngokuba isithembiso ngesenu, nesabantwana benu, nesabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.
Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi, nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngendoda; uma kungenjalo abantwana benu ngabe bangcolile; kodwa manje bangcwele.
Eseyilunyulile wahamba naye, kanye nezinkunzi ezintathu ne-efa likafulawa nesaka lewayini, wamyisa endlini kaJehova eShilo, umntwana esemncane.