Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 20:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Isixuku sabakhuza ukuba bathule; kepha bamemeza kakhulu, bathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kepha isixuku sazikhuza ukuba zithule, kodwa kwayikhona zimemeza kakhulu, zithi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

31 Kepha isixuku sazikhuza, sathi azithule, kodwa zamemeza kakhulu kunakuqala, zithi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Isixuku sabakhuza ukuba bathule; kepha bamemeza kakhulu, bathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 20:31
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa akamphendulanga ngazwi. Abafundi bakhe beza bamncenga bathi: Mmukise; ngokuba uyakhala emva kwethu.


Kwase kulethwa kuye abantwana abancane ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; abafundi babakhuza.


Bheka, izimpumputhe ezimbili zihlezi ngasendleleni, zizwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza, zathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!


UJesu wema, wawabiza, wathi: Nithanda ukuba nginenzeleni na?


UJesu esesukile lapho, izimpumputhe ezimbili zamlandela, zamemeza zathi: “Sihawukele, Ndodana kaDavide!


Ababehamba phambili bamkhuza ukuba bathule;


Qhubekani nikhuleka, nilinde kukho ngokubonga;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka