Wonke u-Israyeli wezwa isahlulelo inkosi; besaba inkosi, ngokuba babona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu bekukuyo ukwenza ukwahlulela.
KwabaseKolose 2:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 okufihlwe kuye yonke ingcebo yokuhlakanipha nolwazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE okufihlwe kuye amagugu onke okuhlakanipha nowokwazi. IsiZulu 2020 okufihlwe kuye wonke amagugu okuhlakanipha nawokwazi. Baasraak Zulu New Testament Bible okufihlwe kuye yonke ingcebo yokuhlakanipha nolwazi. |
Wonke u-Israyeli wezwa isahlulelo inkosi; besaba inkosi, ngokuba babona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu bekukuyo ukwenza ukwahlulela.
ngoba kufihliwe emehlweni abo bonke abaphilayo njalo kufihlakele ezinyonini zezulu.
UMoya kaJehova uyakuba phezu kwakhe, uMoya wokuhlakanipha nowokuqonda, uMoya weseluleko nowamandla, uMoya wokwazi nowokumesaba uJehova;
Weluleka nobani, futhi ngubani owamfundisa futhi wamfundisa indlela yokwahlulela nowamfundisa ulwazi futhi wambonisa indlela yokuqonda?
Ngakho-ke ningabesabi, ngokuba akukho okumboziwe okungayikwambulwa; lokufihliweyo, okungasoze kwaziwa.
Ngakho futhi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu yathi: Ngizabathumelela abaprofethi labaphostoli, labanye kubo bazakubabulala, babazingele;
Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!
Kepha kwababiziweyo, amaJuda namaGreki, singuKristu ongamandla kaNkulunkulu nokuhlakanipha kukaNkulunkulu.
Kodwa kuye lina likuKristu Jesu, owenziwe kithi ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu, lokulunga, lokungcweliswa, lokuhlengwa;
esimshumayelayo, sixwayisa wonke umuntu, sifundisa wonke umuntu ngakho konke ukuhlakanipha; ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKristu Jesu;
Ngalokho nathi, kusukela osukwini esakuzwa ngalo, asiphezi ukunikhulekela, nokunxusa ukuba nigcwaliswe ukwazi intando yakhe kukho konke ukuhlakanipha nokuqonda kokomoya;
Izwi likaKristu malihlale kini ngokucebile kukho konke ukuhlakanipha; nifundisana, niyalane ngamahubo, nangezihlabelelo, nangamaculo okomoya, nihubele ngomusa ezinhliziyweni zenu iNkosi.
Ngakho-ke yenzani inkuthalo yonke, nezeleni ubuhle ekukholweni kwenu; nasebuhleni ukwazi;
Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle imana elifihliweyo, ngimnike itshe elimhlophe, nasetsheni igama elisha elilotshiwe, elingaziwa muntu, kuphela owemukelayo.