Owesifazane wathi kuye: “Nkosi, ngiyabona ukuthi ungumprofethi wena.
Owesifazane wathi: “Nkosi, sengiyabona ukuthi Wena ungumphrofethi.
Wathi kuye: “Inhliziyo yami ayihambanga yini nawe lapho lowo muntu ephenduka enqoleni yakhe ukukuhlangabeza na?” Yisikhathi sokwamukela imali yini, sokwamukela izingubo zokugqoka, neminqumo, nezivini, nezimvu, nezinkomo, nezinceku, nezincekukazi, na?
Yathi enye yezinceku zayo: “Makungabikho noyedwa, nkosi yami, nkosi, kuphela u-Elisha umprofethi okwa-Israyeli ongatshela inkosi yakwa-Israyeli amazwi owakhuluma ekamelweni lakho.
Izixuku zathi: “Lo ungumprofethi uJesu waseNazaretha laseGalile.
Wasesithi kubo: Izinto zini? Basebesithi kuye: EzingoJesu waseNazaretha, obengumprofethi elamandla ngesenzo langelizwi phambi kukaNkulunkulu labantu bonke;
Ukwesaba kwehlela phezu kwabo bonke, bamdumisa uNkulunkulu, bathi: “Kuvele umprofethi omkhulu phakathi kwethu; nokuthi, UNkulunkulu ubahambele abantu bakhe.
Kwathi ekubona lokho umFarisi owayembizile, wakhuluma phakathi kwakhe, wathi: “Lona, ukuba ubengumprofethi, ngabe uyazi ukuthi ungubani nokuthi unjani owesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.
Ngokuba ubunamadoda amahlanu; le onayo kalokhu akusiyo indoda yakho;
Wozani, libone umuntu, ongitshele konke engakwenzayo; lo kayisuye uKristu yini?
Khona labobantu sebesibonile isimangaliso uJesu asenzayo, bathi: Isibili lo nguye umprofethi obezakuza emhlabeni.
Ngakho abaningi esixukwini sebezwile leli zwi bathi: “Nempela lo ungumProfethi.”
Baphinda bathi kuyo impumputhe: “Wena uthini ngaye, lokhu evule amehlo akho na? Wathi: Ungumprofethi.
UJehova uNkulunkulu wakho uyakukuvusela umprofethi phakathi kwakho kubafowenu onjengami; Kumelwe nimlalele;