Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 4:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wozani, libone umuntu, ongitshele konke engakwenzayo; lo kayisuye uKristu yini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “Wozani nibone umuntu ongitshele konke engikwenzileyo; kungebe nguye uKristu na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

29 “Wozani nizobona umuntu ongitshele konke engikwenzileyo. Ngabe lona akusiye uKhristu na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Wozani, libone umuntu, ongitshele konke engakwenzayo; lo kayisuye uKristu yini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 4:29
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bamangala bonke abantu, bathi: “Lo akasiyo indodana kaDavide na?


Owesifazane wathi kuye: “Ngiyazi ukuthi uMesiya uyeza, othiwa uKristu;


Owesifazana washiya imbiza yakhe, waya emzini, wathi ebantwini:


Basebephuma emzini, beza kuye.


Abaningi kumaSamariya akulowo muzi bakholwa nguye ngezwi lowesifazane owafakaza ngokuthi: “Ungitshele konke engikwenzileyo.


Kodwa khangela, ukhuluma ngesibindi, kodwa kabatsho lutho kuye. Ingabe ababusi bayazi ngempela ukuthi lo unguKristu?


Abaningi esixukwini bakholwa kuye, bathi: “Nxa uKristu esefikile, uyakwenza izibonakaliso eziningi kunalezi azenzileyo lona na?


UMoya nomlobokazi bathi: Woza. Nozwayo makathi: Woza. Nowomileyo makeze. Futhi yilowo nalowo othanda makathathe amanzi okuphila ngesihle.


USamuweli wamphendula uSawule, wathi: “Ngingumboni; khiphani phambi kwami endaweni ephakemeyo; ngoba namuhla uzodla Nami, futhi kusasa ngizokukhulula futhi ngikutshele konke okusenhliziyweni yakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka