UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMika esihlathini, wathi: UMoya we Nkosi uhambe ngayiphi indlela esuka kimi ukuyakhuluma kuwe?
IzEnzo 23:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi eduze kwakhe ukuba bamshaye emlonyeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi khona ukuba bamshaye umlomo. IsiZulu 2020 Umphristi omkhulu, u-Ananiya, wayala ababemi eduze naye ukuba bamshaye umlomo. Baasraak Zulu New Testament Bible Umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi eduze kwakhe ukuba bamshaye emlonyeni. |
UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMika esihlathini, wathi: UMoya we Nkosi uhambe ngayiphi indlela esuka kimi ukuyakhuluma kuwe?
UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMikha esihlathini, wathi: UMoya weNkosi usuke kimi ngayiphi indlela ukuyakhuluma kuwe?
Khona-ke uPhashuri wamshaya umprofethi uJeremiya wamfaka esitokisini esasisesangweni eliphakeme lakwaBhenjamini elalisendlini kaJehova.
Khathesi buthanani ngamaviyo, ndodakazi yamabandla; Wasivimbezela; bayoshaya umahluleli ka-Israyeli esihlathini ngodondolo.
Base bemkhafulela ngamathe ebusweni, bamshaya; abanye bamshaya ngezintende zezandla.
Esetshilo lokho, omunye wabancedisi ababemi khona wamtshaya uJesu ngentende, wathi: “Uphendula njalo umpristi omkhulu na?
Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.