Abayikuhlala ezweni likaJehova; kepha u-Efrayimi uyakubuyela eGibithe, badle okungcolileyo e-Asiriya.
IzEnzo 11:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ngathi: Qha, Nkosi, ngokuba akukho okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kepha ngathi: ‘Qha, Nkosi, ngokuba okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami.’ IsiZulu 2020 “Kepha ngathi: ‘Qha, Nkosi, ngokuba okuyichilo nokungcolileyo akukaze kungene emlonyeni wami.’ Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ngathi: Qha, Nkosi, ngokuba akukho okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami. |
Abayikuhlala ezweni likaJehova; kepha u-Efrayimi uyakubuyela eGibithe, badle okungcolileyo e-Asiriya.
Ukuze nahlukanise phakathi kokungcwele nokungangcwele, nokungcolile nokuhlambulukileyo;
ukuze enze umehluko phakathi kokungcolileyo nokuhlambulukileyo, naphakathi kwesilwane esidliwayo nesilwane esingadliwa.
Sebebona abanye babafundi bakhe bedla isinkwa ngezandla ezingcolileyo, okungukuthi ezingagezwanga, basola.
Kodwa izwi langiphendula futhi livela ezulwini, lathi: Lokho uNkulunkulu akuhlambululileyo, wena ungasho ukuthi kungcolile.
Ngiyazi, futhi ngiyaqiniseka eNkosini uJesu, ukuthi akukho lutho oluyichilo ngokwalo;
Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi, nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngendoda; uma kungenjalo abantwana benu ngabe bangcolile; kodwa manje bangcwele.