Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 11:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Kodwa ngathi: Qha, Nkosi, ngokuba akukho okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Kepha ngathi: ‘Qha, Nkosi, ngokuba okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 “Kepha ngathi: ‘Qha, Nkosi, ngokuba okuyichilo nokungcolileyo akukaze kungene emlonyeni wami.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kodwa ngathi: Qha, Nkosi, ngokuba akukho okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 11:8
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sebebona abanye babafundi bakhe bedla isinkwa ngezandla ezingcolileyo, okungukuthi ezingagezwanga, basola.


Ngasengisizwa ilizwi lisithi kimi: Sukuma, Petro; hlaba udle.


Kodwa izwi langiphendula futhi livela ezulwini, lathi: Lokho uNkulunkulu akuhlambululileyo, wena ungasho ukuthi kungcolile.


Ngiyazi, futhi ngiyaqiniseka eNkosini uJesu, ukuthi akukho lutho oluyichilo ngokwalo;


Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi, nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngendoda; uma kungenjalo abantwana benu ngabe bangcolile; kodwa manje bangcwele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka